IMpumalanga Kapa

isifundazwe saseNingizimu Afrika
(Redirected from KwaXhosa)

IMpumalanga Kapa (isiXhosa: Mpuma-Koloni; isiBhunu: Oos-Kaap; IsiNgisi: Eastern Cape) yisifundazwe saseNingizimu Afrika.

IMpumalanga Kapa (ngesiZulu)

ibheji lesifundazwe

Indawo yesifundazwe eNingizimu Afrika
Izwe

INingizimu Afrika

Isiqubulo "Uphuhliso Ngomanyano"
"Development through Unity"
Idolobha elikhulu eBhayi
Ubukhuku bendawo 168.966 km²
Inani labantu (ngo-2011) 6 562 053[1]
Inani labantu (ngo-2019) 6 712 276
Izilimi[1]
Izinhlanga[1]
Isiqongo iBhisho
UNdunankulu
Oscar Mabuyane (ANC)
Iwebhusayithi www.ecprov.gov.za

Lesifundazwe sisentshonalanga yeKwaZulu-Natal. Amadolobha amakhulu kulesifundazwe Ibhayi kanye neMonti, kodwa isiqongo siseBhisho. Ngobukhulu bendawo lesifundazwe silandela iNyakatho Kapa.

Lesifundazwe sinabantu abaphuma kwi-zizwe eziningi ezinamasiko futhi nobukhosi obuhlukene kodwa ezikhuluma ulimi olulodwa lwesiXhosa njengalezi; AmaMpondomise, AbaThembu, AmaBhaca, AmaBomvana, AmaHlubi kanye nezinye.

IMpumalanga Kapa iyikhaya futhi nendabuko yabantu abanjengo; Nelson Mandela, Chris Hani, Steve Biko, Oliver Tambo kanye no Thabo Mbeki.

Amaphethelo hlela

Lesifundazwe sinamaphethelo nezifundazwe ezine zaseNingizimu Afrika kanye nezwe elilodwa iLesotho;

Izifundazwe hlela

Izwe hlela

Izilimi hlela

Iningi labantu base Mpumalanga Kapa bakhuluma isiXhosa, abanye bakhuluma isiBhunu, isiSuthu, isiZulu kanye nesiNgisi.

 
Izilimi ezikhulunywa kakhulu eMpumalanga Kapa
     isiBhunu      isiNgisi      isiXhosa      isiZulu      isiSuthu      Alukho ulimi oludlula ezinye izilimi

Imfundo hlela

Amakholishi hlela

  • Buffalo City College
  • Lovedale College
  • Queenstown College
  • Port Elizabeth College
  • Ikhala College
  • Eastcape Midlands TVET college

Amanyuvesi hlela

Imithombo hlela

  1. 1.0 1.1 1.2 Census 2011: Census in brief (PDF). Pretoria: Statistics South Africa. 2012. ISBN 9780621413885.



Izifundazwe zaseNingizimu Afrika  
iFleyistataiGauteng • Nyakatho KapaNtshonalanga Kapa
KwaZulu-NatalMpumalanga KapaLimpopoMpumalangaNyakatho-Ntshonalanga