AmaBandla aseZiyoni

AmaZayoni yiqembu lamahlelo obuKristu avela eSontweni LobuKristu LamaKatolika, elasungulwa nguJohn Alexander Dowie eZion, e-Illinois, ekupheleni kwekhulunyaka le-19. Izithunywa zevangeli ezivela kuleli bandla zafika eNingizimu Afrika ngowe-1904 futhi phakathi kwabaphenduki bokuqala kwakukhona UPieter Louis Le Roux noDaniel Nkonyane waseWakkerstroom abaqhubeka nokushumayela ngemva kokuba izithunywa zevangeli zaseZiyoni zihambile ngowe-1908.[1]

__LEAD_SECTION__

hlela

AmaZayoni yiqembu lamahlelo obuKristu avela eSontweni LobuKristu LamaKatolika, elasungulwa ngUJohn Alexander Dowie eZion, e-Illinois, ekupheleni kwekhulunyaka le-19. Izithunywa zevangeli ezivela kuleli bandla zafika eNingizimu Afrika ngowe-1904 futhi phakathi kwabaphenduki bokuqala kwakukhona UPieter Louis Le Roux noDaniel Nkonyane waseWakkerstroom abaqhubeka nokushumayela ngemva kokuba izithunywa zevangeli zaseZiyoni zihambile ngowe-1908.[2]

  1. Oosthuizen,G C (1987). The Birth of Christian Zionism in South Africa. KwaDlangezwa: University of Zululand
  2. Oosthuizen,G C (1987). The Birth of Christian Zionism in South Africa. KwaDlangezwa: University of Zululand