Amafufenaba

Uhlobo lwamafu omndeni osesigabeni sesithathu

Stratocumulusfromabove

Amafufenaba awuhlobo lwamafu olwaziwa ngombala onzima nangobukhulu bawo, ukuba indindibala edilingene, nokutholakala ngamabhidli, aziwa nangemishwe, noma amaza okuyizici zawo siqu ezinkulu kunezamafumaza, futhi aziwa nangokuminyana ekuphakameni okungaphansi kwamamitha ayizinkulngwane ezimbili (2,000). [1] Imisinga yomyukakhoza ebuthaka idala ubuhalalazi belifu obungashoni (bheka futhi: ulwandle lwamafu ) ngenxa yomoya owomile, ozinzile ongaphezulu ovimbela ukukhula okumveku okuqhubekayo.

Incaziso

hlela

Amafufenaba ayizishimanqa ezidilingene zamafu amhlophe kuya kwaluthuthu akheka nganaqembuqembu. Izici zelifu ngalinye, zingaxhumana futhi ngesinye isikhathi zihleleke ngesifanelo esivamile.[2][3][4]

Amaphatho

hlela
  1. . p. 39–42. Missing or empty |title= (help)
  2. "Stratocumulus clouds". Meteorological Office of the UK. Kulandwe ngomhlaka 10 November 2023.
  3. (Cohn et al. 2017, Section 2.3.7)
  4. "Ten Basic Clouds". JetStream. National Oceanic and Atmospheric Administration. Kulandwe ngomhlaka 10 November 2023.