Amalungiselelo Omemulo Wami

Mhla abazali bami benza izinhlelo zokungikhulisa okubizw ngomemulo.abazali bangidonsa ngendlebe bathi uma ngingaziphatha kahle kunento enhle abazongenzela yona uma ngihlanganisa iminyanga amashumi amabili nesihlanu ngisasentombi nto.Kwaba izindaba ezinhle kimi ukuzwa lawo mazwi ingakho nami ngaba nentshisekelo yokuziphatha kahle njengesifiso sabazali bami

usuku lwami

Ukubaluleka kokuziphatha kahle

hlela

Ngahlala ngentombi kwaze kwaba ngihlanganisa iminyaka engamashumi amabili nanhlanu,bangenzela indumezulu yomcimbi abazali bami,umcimbi owawumkhulu futhi umuhle namanje endaweni kusakhulunywa ngawo.Abantu babusa kakhulu nezintombi zendawo ezisakhulu zazingicela ukuba ngizibonise indlela ukuthi wenzanjani uma ufuna ukuzigcina uyintombi nto.Ngabaluleka ngokuthi esizweni sakithi sakwaZulu ayikho into ebaluleke njengokuziphatha kwezintombi futhi iwona umthetho owabekwa Inkosi uShaka Zulu ngaphambi kokuba akhothame.

 
usuku olukhulu

IZINKOMBA

hlela

https://hdl.handle.net/10539/32115

catergory:sakwaZulu catagory:amashumi amabili nanhlanu