Anna Kendrick

umlingisi nomculi waseMelika

U-Anna Cooke Kendrick (owazalwa ngo-Ncwaba, 1985) ungumlingisi nomculi waseMelika.Waqala umsebenzi wakhe njengomntwana emidlalweni yaseshashalazini. Indima yakhe yokuqala ukulingisa yayiku-1998 Broadway musical High Society, lapho athola khona ukuqokwa kwi- Tony Award ye-Best Featured Actress in a Musical .Wenza ifilimu yakhe yokuqala kumdlalo wamahlaya womculo iCamp (2003), waphakama wagqama ngendima ayidlalile kwiThe Twilight Saga (2008-2012).UKendrick uthole ukuqashelwa okuqhubekayo ngefilimu yamahlaya e- Up in the Air (2009), eyamenza waqokelwa umklomelo we- Academy Award for Best Supporting Actress, kanye nendima yakhe ekulingiseni kuPitch Perfect film series (2012-17).

  1. "Anna Kendrick Biography". Kulandwe ngomhlaka June 27, 2020.
Anna Kendrick

Kendrick at the 2016 Cannes Film Festival
Ubezalwa Anna Cooke Kendrick[1]
(1985-08-09) ngoNcwaba 9, 1985 (Iminyaka 38)
Portland, Maine, U.S.
Occupation
  • Actress
  • singer
Years active 1998–present
Awards Full list