U-Boitumelo Thulo (owazalwa enyangeni ka Ephreli zingu 28, ngonyaka ka 1990), odume ngelika- Boity, ungumdlali wakumabonakude waseNingizimu Afrika, umrepha, umlingisi, usomabhizinisi wesifazane kanye nemodeli.