Charlotte Maxeke

UCharlotte Makgomo Maxeke (née Mannya) (7 Ephreli 1874 - 16 Okthoba 1939) wayengumholi wezenkolo waseNingizimu Afrika, usonhlalonhle kanye nesishoshovu sezepolitiki.

ImpiloEdit

UCharlotte Maxeke wazalelwa esigodini saseGa-Ramokgopa ePolokwane (Pietersburg), esifundazweni saseLimpopo ngo-Ephreli 7 1874. Wayeyindodakazi kaJohn Kgope Mannya, indodana yenhloko kaModidima Mannya waseBatlokwa, ngaphansi kweNkosi uMamafa URamokgopa no-Anna Manci, owesifazane ongumXhosa waseFort Beaufort, e-Eastern Cape.

ImithomboEdit