UBhaqanyezi
(Redirected from Comet)
UBhanqanyezi yindikimba eyiqhwa, yohlelo lukanozungezilanga efudumalayo futhi eqala ukukhipha uhowo lapho idlula eduze neLanga, inqubo ebizwa ngokuthi ukutshokuhowo. uBhaqanyezi luhluke kakhulu kuMhlabana. Ukuthamhekela kwawo ekuzungezeni kuphezulu, futhi iningi lawo lingamabhaqanyezi wenkathi ende abuya enkatheni.