Dj Mthunzi O cool
UMthunzi Loyiso Nodada ungumkhiqizi we-Gqom/S'gubhu ohlala e-durban owazalwa ngo-12 April 2006.
Mthunzi Loyiso Nodada | |
---|---|
Ubezalwa |
12 uMbasa, 2006 Matatiele, empumalanga Kapa |
Ubuzwe | iNingizimu Afrika |
Ezenye amagama | Dj Mthunzi |
Ethnicity | Xhosa |
Alma mater | Glenhaven Secondary school |
Organization | Royalnm productions |
Known for | ukucula |
UMthunzi wazalelwa eMatatiele ekuqaleni kuka-2006, wakhulela eMatatiela lapho eneminyaka engu-12 unina washintsha isifundazwe futhi bathuthela e-durban e-Varulam
Lapho i-DJ yethu enhle esencane yatholakala inekhono lokuba ngumkhiqizi.
Unina wamsekela ngazo zonke izindlela futhi wathola i-computer ne-laptop ukuze indodana yakhe ayithandayo ibe umkhiqizi womculo.
Konke lokhu kwaqala lapho u-DJ wethu ehlangana no-DJ Lifestyle, wabe esebenza naye iminyaka eminingi kwaze kwaba yilapho ekwazi ukukhiqiza umculo wakhe ngaphandle kosizo.
I-DjMthunzi O Cool ikhiphe i-Umxhelo, izingoma ezidabukisayo ft djLifeStyle,amanazaretha, incwadi eya kuMaster Dee nezinye izingoma eziningi.