UFreddie Mercury (owazalwa Farrokh Bulsara; Gujarati: ફરોખ બલ્સારા‌, Pharōkh Balsārā‌; 5 ngoMandulo 1946 – 24 ngoLwezi 1991 ) wayengumculi oholayo weqembu elithi "Queen". Wayeyiciko waseBrithani futhi engomunye wabaculi be-rock ababaluleke nabagogodile kakhulu ngeminyaka yawo-1970 kanye nawo-1980.

Freddie Mercury, uLwezi 1977