IMbudle

uhlobo lomdwambu owaziwayo

Imbudle ingumdwambu owaziwayo ogabe ngokuba nezidlikithi (superpowers), namakhono angaphezu kwawabantu abavamile, futhi ineqhaza elifana neleqhawe, elibamba ngokusebenzisa amandla ayo ukusiza ekwenzeni umhlaba ube indawo engcono, noma ngokuzinikezela ekuvikeleni abantu nasekulwiseni ubugebengu. Inganeko yembudle (Superhero fiction) iwuhlobo lwenganeko egxile kumdwambu onjalo, ikakhulu kusuka ngeminyaka yowe-1930, ezincwadini zamafuzamuntu (comic books) zaseMelika (kamuva nasemibukisweni yase-Hollywood, yamalando, nemifeketho kamabobakude neyeBukwa), kanye nazinsizakusakaza zaseJaphani (ezihlanganisa ikamishibai, itokusatsu, imanga, ne-anime)

Umfanekiso wembudle ye-Connecticut ComiCONN