INHLUPHEKO EHLASELE ESIFUNDAZWENI SASE EASTERN CAPE
Umphakathi wase Eastern Cape[1] udinga izinto eziningi ezingabasiza ukuze impilo izobalula kakhulu. Uhulumeni njalo makuzovotwa ubathembisa izulu nomhlaba kodwa kugcine kushabalele konke njengamanzi uma sekuvotiwe. Izingane zihlupheka kakhulu umangabe kumele ziya eskoleni. Izindlela zokuhamba ezibabeka eskoleni azikho zinhle kahle uma beya eskoleni kunezimvula ezinkulu abahambi kahle.
IREFERENSI
hlela- ↑ Westaway, A. (2012). Rural poverty in the Eastern Cape Province: Legacy of apartheid or consequence of contemporary segregationism? Development Southern Africa, 29(1), 115–125. https://doi.org/10.1080/0376835X.2012.645646