IPhasika usuku olugukwa minyaka yonke, ngokuthi kukhunjulwe usuku okwabethelwa ngalo UJesu Krestu esiphambanweni,eGolgotha.Lolu suku lugujwa emhlabeni wonke jikelele, kukhunjulwe ubuhlungu uJesu Krestu owadlula kukho, lokhu kwenziwa abazalwane noma amaKrestu. Lapha eNingizimu Afrika imvamisa ukuthi kube khona izinkonzo zePhasika ezindawenii ezahlukahlukene.