Igama Labantu Abahlala Kuleyondawo

Igama Labantu Abahlala Kuleyondawo ngamafuphi (ILAK) yigama elisetshenziswa ngabantu abahlala endaweni ethize, leligama kungaba yigama abazibiza ngalo noma ababizwa ngalo. Leligama kungaba yigama labantu abahlala ezweni, elokishini, esifundazweni, ezwenikazi noma edolobheni elithize.

izibonelo hlela

  • Abantu abahlala eThekwini babizwa ngama-Durbanites (ngesingisi).
  • Abantu abahlala eNingizimu Afrika babizwa ngama-South Africans (ngesingisi).
  • Abantu abahlala e-Afrika babizwa ngama-Africans (ngesingisi).
  • Abantu abahlala eZimbabwe babizwa ngama-Zimbabweans (ngesingisi).
  • Abantu abahlala eKapa babizwa ngama-Capetonians (ngesingisi).

Leligama libuye lisetshenziswe ngabantu bobuzwe obubodwa njengesizwe saKwaZulu, abantu abangaphansi kwesizwe saKwaZulu bazibiza ngamaZulu.

Imithombo hlela