Imbongolo isilwane esilungile esisetshenziswayo emakhaya. Abanye abayithandi bathi iyanuka kanti noma inuka inomsebenzi omkhulu ewenzayo. Iyasiza ukuthutha impahla emakhaya, ukulima kanjalo nokuthutha amanzi. Ingcono kakahulu kunehhashi lona ellizulayo, yona ayizuli ihlezi ikhona.

hlela

Ngiyayithanda imbongolo ngenhliziyo yami yonke.