Imfundo yase Ningizimu Afrika

Imfundo yase Ningizimu Afrika yaqala ngabamhlophe kudala ngezikhathi amakhosi abamnyama asanamandla iqalwa ngama Dashi befundisela emasontweni lemfundo yaqala ngonyaka ka 1658.[1]

Iskole sokuqala eNingizimu Afrika

Isikole sokuqala

hlela

Isikole sokuqala eNingizimu Afrika esihlelekile saqalwa inkampani yama Dashi mhla zili Shumineskhombisa kunyaka ka 1658 lesiskole sasakhiwele iziqgila ukuba bazifundise kabanzi ngezinto abangazai baphinde bafundiswe ngenhloso yokushintsha ukucabanga kweziqgila ukuze bakwazi ukuba lawula.[2]

Isikole sesibili

hlela

Isikole sesibili eNingizimu Afrika savulwa sesivulelwa izingane ezincane zabacindezeli, amaqumbi okufundela aye nabantwana abaliShuminambili kuzingane zaba cindezeli, kube ezine zeziqgila bese kuba umntwana oyedwa wama Khoikhoi.[3]

Imthombo yolwazi
hlela
  1. https://www.sahistory.org.za/article/history-education-1658-present
  2. https://www.southafricaeducation.info/education-system
  3. https://www.uj.ac.za/wp-content/uploads/2021/09/a-historical-review-of-education-in-sa.pdf