Imitholoji lamaGreki

Izinganekwane zamaGriki igatsha elikhulu lezinganekwane zasendulo, ezazixoxwa ngabantu baseGrisi lasendulo. Lezindaba ziphathelene nendabuko nemvelo yomhlaba , ukuphila nobuqhebeqhebe bezithixo, amaqhawe , nezidalwa zasezinganekwaneni, kanye nendabuko nobumqoka besiko nemikhuba yaseGrisi lasendulo. Ongoti banamuhla bafunda lezinganekwane ukuze basikhanyisele ngezikhungo zenkolo nezombusazwe zaseGrisi lasendulo, nokuthi basiqonde kangcono isimo sokuqamba izinganekwane.

UZeu

Izithixo zase-Olimpu

hlela
IsiGreki IsiZulu
Aφροδίτη (Afrodítē) U-Afroditi
Aπόλλων (Apóllōn) U-Apholo Isithixo seLanga.
Άρης (Árēs) U-Aresi
Άρτεμις (Ártemis) U-Arethemi
Αθηνά (Athēná) U-Athena
Δημήτηρ (Dēmḗtēr)

Δήμητρα (Dḗmētra)

UDemetra
Διόνυσος (Diónysos) UDiyonisu
Έρως (Érōs) U-Erosi
ᾍδης (Ádēs) UHadesi
Ήφαιστος (Ḗfaistos) UHefestu
Ήρα (Ḗra) UHera
Ερμής (Ermḗs) UHerme
Ἑστία (Estía) UHestiya
Ποσειδῶν (Poseidṓn)

Ποσειδώνας (Poseidṓnas)

UPoseyidoni
Ζεύς (Zeús)

Δίας (Días)

UZeu
IsiGreki IsiZulu
Αιθήρ (Aithḗr) U-Ethere
Ἀνάγκη (Anágkē) U-Ananke
Έρεβος (Érevos) U-Erebu
Γαία (Gaía) UGaya
Ημέρα (Ēméra) UHemera
Χάος (Kháos) UKhaosi
Χρόνος (Khrónos) UKronosi
αἱ Nῆσοι (ai Nḗsoi) Iziqhingi
Νύξ (Nýx) UNikisi
Ουρανός (Ouranós) U-Uranu
Ούρος (Oúros) Izintaba
Πόντος (Póntos) UPontu
Τάρταρος (Tártaros) UTartaru
Θάλασσα (Thálassa) UThalasa
IsiGreki IsiZulu
Καλλιόπη (Kalliópē) UKaliyope
Κλειώ (Kleiṓ) UKliyo
Ἐρατώ (Eratṓ) U-Erato
Eὐτέρπη (Eutérpē) UYuterpe
Μελπομένη (Melpoménē) UMelpomene
Πολυύμνια (Polyýmnia) UPolihimniya
Τερψιχόρη (Terpsikhórē) UTerpisikhore
Θαλία (Thalía) UThaliya
Οὐρανία (Ouranía) U-Uraniya

AmaTitani

hlela
IsiGreki IsiZulu
Ὑπερίων (Yperíōn) UHiperiyoni
Ἰαπετός (Iapetós) UYaphetu
Κοῖος (Koïos) UKoyo
Κρεῖος (Kreïos) UKriyo
Κρόνος (Krónos) UKronu
Mνημοσύνη (Mnēmosýnē) UMnemosine
Ὠκεανός (Ōkeanós) U-Okeanu
Φοίβη (Foívē) UFebe
Ῥέα (Réa) UReya
Τηθύς (Tēthýs) UTethi
Θεία (Theía) UTheya
Θέμις (Thémis) UThemi
  • Hekatonekeire (Ἑκατόγχειρες) —
    • UBriyareyu (Βριάρεως)
    • UKotu (Κόττος)
    • UGige (Γύγης)
  • Amasayiklopsi (Κύκλωψ) -
    • U-Arge (Ἄργης)
    • UBronte (Βρόντης)
    • USterope (Στερόπης)