Imvelaphi yakwa Ngubane

Isibongo sakwaNgubane saziwa kakhulu futhi sidume kahle ngokubusa kudala endaweni yasemakhaya emsinga [1]. Abantu bakwaNgubane badabuka endaweni yaseMsinga, edolobheni elikhulu oThukela lapho kudume khona ngokuthi yilona olukhulu endaweni yaKwaZulu Natal. KwaNgubane, banezigodi zabo emsinga eziningi ezibalelwa kwishumi [2]. Kunendawo okuthiwa iseMabomvi emsinga, isigodi saseMabomvini igama lakhona lithathelwe kwisibongo sakwaNgubane okuyisithakazelo sakhona [3] . Emsinga kunesikolwe sokufunda esibizwa ngeNomafu High school egami lakhona elithathelwe kwisithakazelo sakwaNgubane. Abantu bakwaNgubane babenomlando omuhle okuyikho okwenza ukuthi izindawo zangakhona nezikole zibizwe ngezithakazelo zakhona.

Msinga

Okufakazayo

hlela
  1. Izithakazelo zakwa Ngubane Clan Names – iAfrika
  2. 2
  3. 3