Indian Premier League

I-Indian Premier League (IPL) iligi yekhilikithi yabesilisa ekhokhelwayo, ebangwa amaqembu ayishumi azinze emadolobheni ayishumi aseNdiya. Le ligi yasungulwa yiBoard of Control for Cricket in India (BCCI) ngo-2007.[1]

Ngo-2010, i-IPL yaba umcimbi wokuqala wezemidlalo emhlabeni ukusakazwa bukhoma ku-YouTube.[2][3]

Sekube namasizini ayishumi nane omqhudelwano we-IPL. Abaphethe isicoco se-IPL njengamanje yiChennai Super Kings, ewina isizini ka-2021.[4]

Imithombo

hlela
  1. "How can the IPL become a global sports giant?". 28 June 2018. Kulandwe ngomhlaka 20 February 2019.
  2. "IPL matches to be broadcast live on Youtube". ESPNcricinfo. Kulandwe ngomhlaka 20 February 2019.
  3. Hoult, Nick (20 January 2010). "IPL to broadcast live on YouTube". The Telegraph UK. Archived from the original on 11 January 2022. Kulandwe ngomhlaka 20 February 2019.
  4. "IPL 2021 Final, CSK vs KKR Live Score & Updates: CSK win 4th IPL title as they defeat KKR by 27 runs". Kulandwe ngomhlaka 15 October 2021.