Inkwindla isikhathi sonyaka lapho sekudlula khona ihlobo nezimvula seziqala ukuba yidlala izulu lisuke selingenisa amakhathaza asebusika. Kuvuthuka kwamaqabunga ezithombo, ngenxa yokuthi kusuke seukqala imimoya iheleza nzimvula sezinqala ukuba yingcosana. Ngalesi sikhathi futhi kusuke sekudliwa ukudla okude kutshaliwe entwasashlobo.