Isandulelangculazi nengculazi
Isandulelangculazi negculazi siyisifo esiwumashayabhuqe esesiqede abantu ezwnikazi lonkana. le sifo siyingozi kakulu. isandulelangculazi sitholakala ngezindlela eziningi singabala ucansi olungaphephile, ukunakekela umuntu osevele ethelelekile ngaphandle kokuzivikela, ungazalwa nalo uma umama engaythathi imshanguzo ngendllela efanele, noma ngokuthintana kwamagazi ngesikhathi kwenzeka ingozi kanye nokuphuma amnzi ayinani elingamalitha ayiskhombisa. lesi sifo singadala ezinye izifo ezinjengesifo sofuba kanye nomdlavuza.[1]
Izimpawu Zesandulelangculazi
hlelalesifo asilapheki kodwa siyavikeleka ngokwenza ucansi oluphephile ngokusebenzisa amakhondomu, ngokuzithiba, ngokuthatha amaphilisi aziwa ngoPrep owaphuza nsukuzonke ngesikhathi esifanayo. uma usuthelelekile kumele udle umshanguzo wakho nsukuzonke ngesikhathi esifanayo kanye ngosuku njalo emva kokudla. lesifo siyingozi uma ungazinakekeli ngendlela efanele. izimpawu zayo ukwehl emzimbeni, umkhuhlane ongapheli, ukuya njalo endlini yangasese, ukukhwehlela, ikhanda elingapheli, ukuqubuka emzimbeni, umphimbo obuhlungu