IsiCikizikhulu

uhlobo lwesiCikizi esinesidlakalasi kakhulu

IsiCikizikhulu siyisicikizi esinezinga eliphezulu lokusebenza uma siqhathaniswa nesicikizi senjongo evamile. Insebenzo yesiCikizikhulu ivame ukulinganiswa ngemigidingo yezintantanani (float points, FLOPS) ngomzuzwana kuneziyalelo eziyisigidi ngomzuzwana (MIPS). Kusuka ngowezi-2017, sekube khona isicikizikhulu ezingenza ezintantnani eziyi-1017. Uma kuqhathaniswa, isiCikizi sasendlini singasebenza maphakathi namakhulu izintantananinqindi (1011) kuya emashumini ezintantananizaca (1013). Kusuka ngoLwezi kowezi-2017, zonke isicikizikhulu ezisheshayo zomhlaba ezingama-500 bezisebenza ngezingqalahlelo olusekwe kwi-Linux. Ucwaningo olwengeziwe luyenziwa kwelaseMelikq, eYurophu, eThayiwani, eJaphani, naseShayina ukuze kwakhiwe iziCikizikhulu zomlinganisokhulu ezinamandla kakhulu nezibuqabavu ngokobuchwepheshe.

Isicikizikhulu se-IBM Blue Gene esibizwa "Intrepid" esise-Argonne National Laboratory sigununda izindeni zezidludlungi eziyizi-164,000 sisebenzisa isilawuli moya esivamile sesikhungo semininingo, eziqembulwe ngezihlohlo izngama-40 ezixhunywe ngoxhoxho lwe-3D Torus olunejubane eliphakeme.[1][2]
Amandla wokucikiza weziCikizikhulu eziphezulu zokuqala zonyaka ngamunye, alinganiswe yi-FLOPS

Imithombo hlela

  1. "IBM Blue gene announcement". 03.ibm.com. 26 June 2007. Kulandwe ngomhlaka 9 June 2012.
  2. "Intrepid". Argonne Leadership Computing Facility. Argonne National Laboratory. Archived from the original on 7 May 2013. Kulandwe ngomhlaka 26 March 2020. Unknown parameter |url-status= ignored (help)