IsiLimela

isixheke esivulekile esishomweni inkunzi

M45_filip

IsiLimela esaziwa nangokuthi M 45 namanye amagama ngamasiko ahlukene, singukunyonta ''(asterism)'' kanye nesixheke sezinkanyezi esivulekile esiqukethe izinkanyezi ezineminyaka ephakathi, ezishisayo zohlobo lwe-B enyakatho-ntshona yesishomo inkunzi (Taurus).