IsiNdebele saseNyakatho
| |||
Izwe | Zimbabwe, Botswana | ||
Isifunda | Matabeleland Nyakatho, Matabeleland Ningizimu | ||
Abakhulumi | 1,600,000 (2012) | ||
Umndeni wolimi |
Niger–Congo | ||
Ulimi Olisemthethweni | Zimbabwe |
IsiNdebele saseNyakatho noma isiNdebele limi lwesiNguni olukhulunywa isizwe samaNdebele ezweni laseZimbabwe. Ulimi lwesiNdebele saseZimbabwe lucishe lufane ncamashi nolimu lwesiZulu olukhulunywa eNingizimi Afrika. Into eyenza lokhu yingoba isizwe samaNdebele aseNingizimu sisukela esizweni somholi wamaZulu Mzilikazi kaMashobane owabe ongomunye wojenene neNkosi uShaka owabaleka ngesikhathi soMfecane wabaleka ezweni laseZimbabwe ngonyaka we1839.