IsiThununu sezempi
izinguxa eziyizithununu eziklanyelwe ukusetshenziswa kwezempi
IziThununu zezempi ziyizithununu ezizihlelelekayo noma izithununu ezintintayo ezilawulwa-zikude eziklanyelwe ukusetshenziswa kwezempi, kusuka entuthweni kuya ekufuneni nasekutakuleni nasekuhlaseleni.
Ezinye izimiso ezifanayo ziyatshenziswa kwamanje, futhi kuneziningi ezithuthuliswayo.
uMlando hlela
Uma zichasiswa kabanzi, izithununu zezempi zaqala ukuvela emuva ngesikhathi sempi yomhlaba yesibili nangesikhathi sempi ebandayo ngohlobo lwama-Goliyathi wamaJalimane kanye nezinganono zase-Soviyeti ezingama-teletanks. UDongoyi oluyisigcicgi lwe-MQB-1 kwavela lapho uphiko lwezinhloli "ze-CIA ziqala ukubona izimbiyiselo zokuqala ezisebenzayo zephupho lazo elidala lokusebenzisa izithununu zasemoyeni ukuze ziqoqe ukwaziswa".[1]
- ↑ Steve Coll, Ghost Wars (Penguin, 2005 edn), pp.529 and 658 note 6.