Isibonancinci senzuba

uhlobo lwesibonancinci esisebenzisa izinzuba njengomthombo wokukhanyisa

IsiBonancinci senzuba siyisibonancinci (esibizwa isibonakhulu) esisebenzisa umsebe wezinzuba eziphangisisiwe njengomthombo wokukhanyisa. Njengoba ibangacuphi lenzuba lingaba lifushane izikhathi eziyizi-100,000 kunamabane esokhanya, izobonancinci zenzuba zinezinga elikhulu lokubona kuzibonancinci zokukhanya futhi zingembula uhlaka lwezinto ezincane.

Isibonancinci senzuba sokufufukisa sanamuhla