Isifufukisi
Isiklamo samazuba esiphafuka amaza womsakazo
Kwezezingabazuba, isifufukisi siyisiklamo esithumela iziyabizo sisebenzisa amaza womsakazo. Umsakazo ufufukisa usebenzisa umbhoshongo wokusakaza. Isifufukisi sona siguqula umzuba oqondayo kube umzuba ocikazayo ngokomjinge ofanele. Iningi lezifufukisi zisebenzisa umncwebe wegcaki ukuhlela umjinge wesithwalaza ongumphumela.