Isinqumela

isimo sotho

Isinqumela noma umkhumanqa ungesinye sezimo zotho ezine eziyisisekelo (ezinye nguketshezi, uhowo nonyazani). Amachembe anqumile asuke agaqene ndawonye kakhulu futhi aqukethe inani elincane lesidlakathi somdiki. Umkhamanqa waziwa ngokuba nohlaka oluqatha nokumelana nesiphoqi esithinta ubuso bawo. Ngokungafani noketshezi, into emkhamanqa ayigelezi ukuze ifane nesimo segobongo wawo, futhi awunwebeki ukuze ugcwalise umthamo wonke osele njengohowo.

Uhlobo lomncwebe olulodwa lwe -insulin enqumile.