Isiqubuqubu inunu encane ehamba ngesisu njengeshongololo ihlala kakhulukazi esihlahleni esinamagatsha aluhlaza.Sivame ukuvela ngesikhathi sasentwasa hlobo.Uma kwenzekile sahamba noma sakuhamba emzimbeni umila amashushuva alumayo.[1]

kungabe siyadliwa na?

hlela

Isiqubuqubu saziwa ngegam elithi amasonja ezweni lase Limpopo kanti bayayipheka nokuyipheka.Bayipheka njengesishebo bayidle nepapa.Bayayithatha esihlahleni bayibulale bayibeke elangeni ize yome ithi maseyomile bayithathe bayiqobe bayipheke bayfake zonke iziningo zabo.[2]

Izinkomba

hlela
  1. https://www.tfpd.co.za/experiences/mopane-worms
  2. https://www.thetravellingchilli.com/mopane-worms-true-delicacy-southern-africa/#:~:text=Mopane%20worms%20are%20edible%20insects,pick%20them%20from%20the%20trees.