Iziphaqulo yizinto ezisetshenziswa ukuzihlobisa ngobuhle, ikakhulukazi ebusweni bomuntu.

Abantu baseNdiya besebenzisa iziphaqulo ebusweni


Izinhlobo zeziphaqulo:


iDabelo - ("lipstick")

isiThambisa - ("lipbalm")

uDebekhazi - ("lipgloss")

uDebemsizi - ("lip liner")

iSomsizi - ("eye liner")

iSomsizi - ("eyebrow pen")

iSokhwazi - ("eye shadow")

isiLulankophe - ("mascara")

umPhahleka - ("foundation")

umAmathi - ("blush")