Izithakazelo zakwaMalindisa

Izithakazelo zakwaMalindisa

hlela

Umlando wakwaMalindisa

hlela

Isibongo sakwaMalindisa sidabuka eSwazini, lapho khona baziwa kancono njengoMalindiza. Akusona isibongo esingamathe olimini kepha oMalindisa banezihlobo eziningi futhi ezijwayelekile. Izithakazelo zakwaMalindisa zihlukile kunezakwa Malindzisa ngoba sizwela kakhulu esiZulwini.[1]

Izithakazelo zakwaMalindisa

hlela

Malindisa, Ntusi, Mnyamande, Mkhonto oduma njengezulu, Sfokota, esingahambi ngendlela. Sahamba ngendlela siyalahleka. Sfokota sihamba emenweni. Mzilakazi. Mdladla wabonyongwane. Mafuya nkabi. Mnyamande uyadla uyafuya. Thwala. Ntusi. Mnyamande. Malindisa.

Izinkomba

hlela
  1. https://izithakazelo.blog/malindzisa-clan-praises/