Jabulani Sibanda

UJabulani Sibanda wayengusihlalo weZimbabwe National Liberation War Veterans Association (ZNLWVA), okuyinhlangano ekuqaleni eyayinabo bonke omakadebona abalwa ngesikhathi seSecond Chimurenga noma eZimbabwe War of Liberation eyaphela ngo-1979, yize engazange abambe iqhaza kule mpi.Ngaphansi kobuholi bakhe i-ZNLWVA yahlanganisa ama-War Veterans nabanye abasekelana ne-ZANU PF ekwabeni ngenkani futhi okuvame ukuba nobudlova kwezindawo zamapulazi abathi zebiwe ngesikhathi sekoloni.Waxoshwa kuZANU-PF ngo-2014 ngenxa yokuba yingxenye yeSimemezelo saseTsholotsho.