UThulasizwe Siphiwe Dambuza (owazalwa ngezi-19 zika-Julayi ngonyaka ka-1998), owaziwa ngelikaLasizwe, ungusaziwayo wase Ningizimu Afrika, owaziwa ngokuba ngumlingisi, umethuli wezinhlelo zikamabonakude kanye nezika-YouTube.