UMadie Hall Xuma (kwesinye isikhathi onikezwa njengoHall-Xuma) (1894-1982) wayeyisishoshovu saseMelika eNingizimu Afrika.

Ekuncaneni kwakhe hlela

uMadie Beatrice Hall wazalelwa eWinston-Salem, eNorth Carolina, ezalwa ngu H.H. Hall noGinny Cowan Hall. AmaHholo akhulisa umndeni wakubo wezingane ezine eWinston-Salem, eNyakatho yeCarolina, lapho uH. H. Hall wasebenza khona njengodokotela wokuqala omnyama wedolobha. UHall wakhulisa isibhedlela sokuqala sabantu abamnyama wedolobha futhi wahlela ngenkuthalo umphakathi wezokwelapha omnyama. Ikhono lakhe njengodokotela liwunqobile umlando wobandlululo waleli dolobha futhi wamtholela idumela elihle kubantu bakuleli dolobha zombili izinhlanga.

Isidima sakhe hlela

Ngokufika kwake eningizimu Africa, uXu wasimisela ngokufundisa abanye abafazi isindlela sokuphila eziphuqukile, wababonisa infundiso yakhe yangaphesheya nenhloso yokuthi baphile kancono kunaphambilini. UXuma wayezimisele ngokuzinikela kumpumaphambili yabantu besifazane, wase futhi eba xhasa ngezemfundo nemphilo eyesimanje manje. Waqala iAfrican National Congress Women’s league wapinde waba ngumongameli wokuqala weANCWL ukusukela ngo 1943 kwaze kwaba ngo 1949.

Ukucina kwakhe hlela

UXuma wathuthukisa iklabhu yeZenzele, wanceda ama cembu wokuzisiza awabantu besifazane eningizimu Afrika aqhasane ne international Young Christian Women's Association ngo 1950. uXuma uzokhumbulwa ngokukhutaza inthutukho yabantu besifazane. uMadie uhlale eningizimu Afrika kwase kwashona umyeni wakhe wase wabhuyela emelika la washonela khona[1].

Izimpumela zakhe hlela

1. Inhloko ye-African National Congress Women’s League

2. Umsunguli we-ANC, umsunguli wenhlangano eyaziwayo yokuzisiza yeZenzele.

3. Ukulindelwe komkhandlu kazwelonke weSouth African Young Women Christian Association


Isithenjwa hlela

1 Encylopedia. 2019. Xuma Madie Hall. https://www.encyclopedia.com/education/news-wires-white-papers-and-books/xuma-madie-hall

  1. https://www.encyclopedia.com/eduation/news-wires-white-papers-and-books/xuma-madie-hall