UMthandeni Manqele obuye aziwe ngegama elithi "Igcokama Elisha",Ungumculi womculo kamaskandi odabuka endaweni yaseMtubatuba,Emdletsheni,KwaZulu Natal,Udume kakhulu kuleli laseNingizimu Afrika ngeminyaka yezi-2013 ngengoma yakhe eyashisa izikhotha ethi Zinophobia, okuyiyo eyamubeka phezulu kumashadi aseNingizimu neAfrika.[1]

INKOSI KAMASIKANDI

Ngokwamabhizinisi

hlela

U-SK ulethe olukhulu ushintsho emculweni kamaskandi lokhu okumenze waba nezimbangi eziningi mase kuziwa kulomculo, kodwa lokho akuzange kwamubamba ukuthi aqhubeke abe yilomuntu anguye futhi ugcine eseba ngusomabhizinisi ovelele ngasembonini yamatekisi ,lokho okwenze agcine esevela njengabaculi bakamasikandi abanemali nabaphumelele.[2]

References

hlela
  1. https://jaxsta.com/profile/0e6fde59-8cb0-4a9a-bfd6-3db8072a97f2/catalogue?view=tile
  2. https://www.boomplay.com/artists/48178764