Mzilikazi

inkosi yamandebele

UMzilikazi wayeyinkosi yaseNingizimu neAfrika owaqala umbuso wamaNdebele (uMthwakazi), kwelaMaNdebele, elabizwa ngeRhodesia eselibizwa ngeZimbawe namhlanje. Igama lakhe lisho "umzila omkhulu kakhulu". Wayeyindodana kaMashobana,wazalwa ngeminyaka yabo 1790 endaweni yaseMkhuze, washona ngomnyaka ka 1868,9 Mandulo, eNqameni, eduze nakoBulawayo, eZimbabwe. Wayeliqhawe nenduna yebutho elikhulu embusweni wenkosi uShaka. UDavid Livingstone umchaza njengomholi wesibili owamhlaba umxhwele kuzwekazi laseAfrika. [1]

Ukusuka kwakhe KwaZulu

hlela

Wathatha isizwe sakhe, amaKhumalo, wahamba naso umganga ongamakhilomitha angamakhulu ashiyagalombili (800km) esuka embusweni wakwaZulu esiya ezweni eselibizwa ngeZimbabwe.

Amalefelensi

hlela
  1. http://www.sahistory.org.za/people/king-mzilikazi