Okulundwa

umbala oyinhloko phakathi kobukhwebezane nohlaza emungcweni

Color_icon_blue

Okulundwa ngomunye wemibala emithathu eyinhloko kunongo lwemibala ye-RYB (umbono wemibala engokwesiko), kanye nakunongo lwemibala lwe- RGB (eyengezwayo) . Okulundwa kumi phakathi kokhwithi no-cyan kumongco wokukhanya. Iso libona okulundwa lapho libuka ukukhanya okunebangacuphi eliqhoqhobele phakathi kwamacishelo ebangancuncu (nanometers) elingama-450 nama-495.