Maya Christinah Xichavo Wegerif (uzalwe ngezi 9 Nhlaba 1992), ngomusebenzi uwaziwa ngo Sho Madjozi, ungumculi nombhali wezingoma ezidumile eNingizimu-Afrika, ungumlingisi aphinde aziwe ngokuhaya izinkondlo. Uqokwe nje ngomlingisi ohamba phambili eNingizimu-Afrika. uMadjozi ukwazi ukuhlanganisa usiko lwake lwesiTsonga ezingomeni acula ngazo.

Imvelaphi yakhe

hlela

Sho Madjozi wazalwa ngezi 9 kuNhlaba 1992, esigodini sase-Shirley, esifundazweni sase Elim, eLimpopo. Uyindodakazi ka Rosemary Phaweni noMarc Wegerif ababeqeqesha inhlangano ezimele engenzi imali ebisiza nezindawo zokuhlala. Umama wakhe ngokudabuka ungowaseNingizimu-Afrika, uyise wakhe ungowase ngokudabuka ungowase-Europe. Ngemuva kokuthi uyise wakhe nomama wakhe bahlukane ebuncaneni bakhe, wakhuliswa ngunina wakhe ikakhulu. UMadjozi unozakwabo kuyise nakunina. UBaba wakhe u-Marc Wegerif waye hamba amazwe