Steve Biko

Isishoshovu esilwa nobandlululo eNingizimu Afrika (1946-1977)

Bantu Stephen Biko (18 ngoZibandlela 1946 – 12 ngoMandulo 1977)[1] wabe eyisishoshovu esasilwa nobandlululo eNingizimu Afrika. Inkolelombono yakhe kwakungeyobuZwe base-Afrika kanye noCosulelwano lobu-Afrika, wayeyisibonda somkhankaso osamazingeni aphansi wokulwa nobandlulo owawaziwa ngokuthi uPhaphamo lwabansundu ngeminyaka yezi-1960s-1970s. Amasu akhe aphequzwa kuchungechunge lwemibhalo yishicilelwa ngaphansi kwegama-mbumbulu elithi Frank Talk.

Stephen Biko[1]
Ubezalwa ngoZibendlela 18, 1946(1946-12-18)
King William's Town, eNingizimu Afrika
Ubefa ngoMandulo 12, 1977(1977-09-12) (iminyaka ama-30)
Pretoria, eNingizimu Afrika
Occupation anti-apartheid activist
Spouse Ntsiki Mashalaba
Children Nkosinathi Biko, Samora Biko, Lerato Biko, Motlatsi Biko and Hlumelo Biko[2][3]

Imithombo hlela

  1. 1.0 1.1 "Stephen Bantu Biko". South African history on-line. 2007. Kulandwe ngomhlaka 2007-11-20. Unknown parameter |month= ignored (help)
  2. Mothibeli, Tefo. "Mamphela Ramphele: Academic Giant and Ray of Hope" Archived 2011-07-25 at the Wayback Machine., Financial Mail, Johannesburg, July 7, 2006.
  3. Daley, Suzanne. "The Standards Bearer", NY Times, New York, April 13, 1997.