ITakaungu yidolobha elincane elisezweni lase Khenya. Leli dolobha lanabantu abayi-1,500. Izilimi ezikhulunywa kakhulu kulelidolobha yisiKigiriama kanye nesiSwahili.