Talk:EGoli (isifundazwe)

Latest comment: 4 iminyaka edlule by 3atbulletz in topic Gauteng?

Gauteng? hlela

NgesiZulu igama lalesifundazwe "iGoli" noma "eGoli". Engikutholile ukuthi leligama noma lamagama asebenza kwi-dolobha elikhulu lalesifundazwe i-"Johannesburg" kanye nesifundazwe i-"Gauteng"...kumele sikhumbule ukuthi ngesiTswana nangesiSuthu legama elithi "Gauteng" lisho iGolide futhi angiboni kulungile ukusebenzisa igama lolunye ulwimi libe likhona igama lesiZulu elingasebenza, ngisho nakwi wikipedia yesingisi igama lesiZulu lalesifundazwe kuthiwa "IGoli" noma "EGoli". Legama "iGoli" lithathwa kwigama elithi iGolide okuyigama lesiZulu. Igama lalesifundazwe ngizolishintsha kube "EGoli (isifundazwe)" idolobha kube "IGoli (idolobha)" ukuze kungabikhona ukushayisana nokudideka. 3atbulletz (talk) 14:50, 24 uMbasa 2020 (UTC)Reply

Return to "EGoli (isifundazwe)" page.