Talk:IMpumalanga Kapa

Latest comment: 4 iminyaka edlule by 3atbulletz in topic KwaXhosa

KwaXhosa hlela

(Outdated) leligama selidluwe yisikhathi. iMpumalanga Kapa ilona gama lesiZulu ekubizwa ngaso lesifundazwe esikhathini samanje. Okunye, kumele sikhumbule ukuthi iMpumalanga Kapa inezinhlanga eziningi ezihlukene futhi ezinosiko kanye nobukhosi bazo (AmaXhosa, AmaBhaca, AmaHlubi, Amampondo, AbaThembu...etc) leligama angicabangi ukuthi liyasiza ekufundiseni ngenxa yokungabi-inclusive kwalo. Okokugcina, esikhathini samanje ngisho nakwaZulu alisasetshenziswa leligama. 3atbulletz (talk) 15:12, 22 uMbasa 2020 (UTC)Reply

Return to "IMpumalanga Kapa" page.