Talk:ISADiLaR

Latest comment: 1 inyanga edlule by Nomsa Skosana in topic ukusebenzisa imifakela

ukusebenzisa imifakela

hlela

Sawubona @Nomsa Skosana , siyabonga ngikuhumusha lesi sibhalwa, mina ngithanda ukusikisela ukuba sigweme ukusebenzisa amazwi ayimifakela kakhulu, ngisho lawo abolekwa esiNgisini njengelithi "digithali" (ezezibhangqiwe) kanye nelithi "softhiwe" (ihlelokusebenza) .

mhlawumbe esingakwenza ukuthi sethe Noma siqambe amagama AMASHA, bese sifaka awesingisi kubakaki. ngoba amazwi ayimifakela alulaza uLimi lwethu. Fongcwele (talk) 04:30, 21 uMandulo 2024 (UTC)Reply

Lotjha, ngiyakuzwa begodu ngiyawuthanda umbonwakho. Ngizokwenza njengombana uphakamisa lokha nangiyokulungisa begodu ngizokubawa nerhelebho kwa-PanSALB ngamagama aphathelene khulu nezobutlharhatlharha. Ngiyathokoza! Nomsa Skosana (talk) 10:45, 21 uMandulo 2024 (UTC)Reply

Ama-Node (izimfindo)

hlela

Ibizo olishiywe lingahungushiwe, kwathiwa ama-Node, ngesiZulu lisho izimfindo (ufindo ebunyeni). ifindo >> amafindo ufindo >> izimfindo iphuzu >> amaphuzu iqhuzu >> amaphuzu

wonke lamagama ahumusha elithi 'Node' (knot). Fongcwele (talk) 04:51, 21 uMandulo 2024 (UTC)Reply

Return to "ISADiLaR" page.