Thathalento ayinabungozi

Ukuthwala kuwukuba nengxenye esivumelwaneni nemimoya emibi ukuze uzuze izifiso senhliziyo yakho. [1]Akusho ukuthi bahlaba imbuzi noma bayibeke phezu kwakho. Uma bekugcaba noma bekusika ukuze bafake okuthize(umuthi) kulesosilonda usuke uthwala lapho. kuba khona ukuthwala okuhle nokubi.

Into yokuphila

Ububi bokuthwala

hlela

Ububi bokuthwala ngenyoka ukuthi umuntu ujwayele ukunikwezwa iminyaka embalwa yokuphila, ukuze kufike eminyakeni eyishumi -10 ezimweni eziningi , futhi lapho lowo muntu eshona imimoya yokhokho bayo izosetshenziswa ngomunye umuntu ozokwenza isiko lokuthwalla esikhathini esizayo ,"kuchaza uTshabalala." [2]

Ukuthwala okubi ilapho kuthathwa khona igazi ekhaya noma ukuhambe ulala nawowonke amantombazane ngoba kufuneka imihlatshelo, " kusho uDkt Khehlelezi".[3]

 
Kuyaphileka ngokuTHWALA

Ukuthwala okuhle

hlela

Ukuthwala okuhle lapho akumelanga kuchitheke igazi. Usuke uya enyangeni uyoqiniswa kodwa akudingi ukuba ulethe umhlatshelwa. Okunye okuhle nhokuthwala ukuthi uphila impilo obukade uyifisa, imali ibuzwa kuwe, empeleni wonke umnotho ubuzwa kuwe. [1]

Izinkomba

hlela

[[[Category: Ukuthwala kwenyoka]]

  1. 1.0 1.1 https://www.gq.co.za/culture/an-in-depth-look-at-african-spirituality-5b366d56-96c8-45bc-a5dd-397bc8df6d89#:~:text=Mkhulu%20Thamsanqa%3A%20Ukuthwala%20ngenyoka%20is,to%20attain%20your%20heart's%20desires.
  2. https://www.chronicle.co.zw/the-dark-side-of-occult-wealth-seeking-stay-away-from-ukuthwalakuromba-zimbos-warned/#:~:text=%E2%80%9CThe%20disadvantage%20of%20this%20form,in%20future%2C%E2%80%9D%20explained%20Tshabalala
  3. https://www.chaindesk.ai/tools/youtube-summarizer/dr-khehlelezi-church-vs-isintu-ukuthwala-u-muthi-idlozi-i-s-gubhu-business-ubungoma-ubunyanga-SZH4ual3JG4