ULwezi (uNovemba)

ULwezi (uNovemba) yinyanga yeshuminanye yonyaka. Ilapho kukhala khona amaxoxo nezinye izinambuzane zijabulela imvula ebusuku ngenxa yamaxhaphozi abakhona.