UMasipala wase Mthonjaneni
Mthonjaneni umasipala wasekhaya osenyakatho esifundazweni saKwaZulu-Natali, lomasipala ungomunye womasipala abangaphansi kwamasipala wesifunda uKing Cetshwayo District Municipality. Igama lalo masipala lisuselwa emthonjeni okulendawo lapho INkosi uDingane izintomnbi zabe zimukhela kuwo amanzi.
Izindawo ezikulomasipala hlela
Ukubalwa kwesizwe kwangonyaka wezi-2001, lendawo yabe ihlukaniswe ngalezi zindawo ezihlala abantu. [1]
Indawo | Ikhodi | Ubungakho bendawo (km2) | Isibalo sabantu |
---|---|---|---|
Biyela Kwanguye | 54101 | 8.25 | 1,560 |
Entembeni | 54102 | 271.17 | 24,886 |
Kwanguye | 54103 | 6.30 | 517 |
Melmoth | 54104 | 12.10 | 1,816 |
Mnanyando | 54105 | 17.64 | 3,794 |
Obuka | 54107 | 22.88 | 1,902 |
Thubalethu | 54108 | 1.34 | 5,137 |
Yanguya | 54109 | 73.57 | 5,430 |
Remainder of the municipality | 54106 | 672.29 | 5,329 |