UMfumfu (u-Okthoba) yinyanga yeshumi yonyaka. Izihlahla seziyathela , emasimini kuyafufusa okutshaliwe. Kuhluma izithomo , kuqhume imbewu entsha kweziwa ukunotha komhlaba ngezimvula ezina isinono zingena emhlabathini.