Open main menu

UNtulikazi (uJulayi) yinyanga yesikhombisa yonyaka. Ngoba ebusika izimvula zisuke sezingekho umhlaba uyoma. Lenyanga ibizwa ngoNtulikazi ngenxa yezintuli ezenziwa umoya owomile ovunguzayo futhi oxhophayo.