Ubumba

umhlabathi noma amatshe ancushuziwe aqukethe izimbiwa zobumba

Ubumba luyisithako segcaki elincushuziwe esakheke lapho amatshe eqhephuka. Ubumba olumanzi luntibintibi futhi lungabunjwa lube yinoma isiphi isimo sokwenza amakhamba, izitini nezinye Izinto. Lapho kubunjwe into ngalo, luyashisw emphandwini (kiln) ukuze luqine, lube umkhiqizo wdongwe.

Amawa abizwa-Gay Head e-Martha' Vineyard akhiwa cishe ubumba lodwa.
Ukubukeka kobumba

Ubumba luvame ukuqukatha amanzi ngoba amachembe wamanzi anamathela ezinhlamvukazini ezincane.