Uhlelo Lomsakazo

Uhlelo lomsakazo, luyisiqephu sesiqikili esihloselwe ukusakazwa emsakazweni. Kungase kube umkhiqizo owenziwa kanye, noma ingxenye yochungechunge olwenziwa ngezikhathi ezithile. Uhlelo olulodwa lochunge lubizwa ngokuthi isiqephu.